Nuacht

UTHI isimile impilo yakhe uBianca Coster ngenxa yomuntu othile osebenzisa isithombe sakhe ekhasini elithandwa ngabaningi ...
Umndeni umchaze njengomuntu obenothando, ehlonipha futhi ebakhathelela abantu abaseduze naye. Umndeni wakwaNawa uthi ...
KULINDELEKE ukuthi kuphithizele izivakashi ezingaphezulu kuka-1.3 million ngempelasonto yePhasika eThekwini namaphethelo.
OMASIPALA abane baseKwaZulu-Natal bengezelwe isibonelelo esingaphezu kuka-R300 million sokulungisa ingqalasizinda yamanzi wuMnyango waManzi nokuThuthwa ...
IBUSISWE ngumholi webandla lamaNazaretha, ohlangothi lwaseBuhleni, iNkosi uMduduzi "Nyazilwezulu" Shembe indawo okuzokwakhiwa kuyona isikhungo sezenhlalakahle ...
ULWA nokuvala izikhala zothisha ezivulekile ezikoleni uMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal ngokuphuthumisa uhlelo lokuqasha othisha abangasebenzi.
ANGASE angase angakutholi ukwamukeleka ngezandla ezimhlophe e-United States of America uMcebisi Jonas oqokwe nguMengameli Cyril Ramaphosa ukuba abe ...
KUZOCACA kusasa ngoLwesithathu ngokuqhubeka kwecala elibhekene nesiboshwa nothishanhloko wase-Mpumlwane Primary School, abayamaniswa necala lokubulawa ...
YINGXENYE yamalungu e-ANC abemashela umkhandlu waseJozini namuhla ngoLwesine. ISITHOMBE: NGUPHILANI ZULU ZIYAQONGA izinkinga ...
AMAPHOYISA aKwaZulu-Natal aseqinise umkhankaso wawo wokuthungatha uLinda Hlongwa, owaziwa ngeMjinja noma uPutin, ...
KUYAQALA ukuphenywa ngaphambi kwenkantolo ngokufa kwamaqhawe omzabalazo ayelwa nobandlululo iNkosi Albert Luthuli nommeli uMnu Griffiths Mxenge eNkantolo ePhakeme yaseMgungundlovu. Abameli bafuna ...
KUSUKE sekukubi ngempela uma abantu bengasawathembi amaphoyisa, kodwa bethemba ogqayinyanga ukwedlula ingalo yomthetho.